/
Ukuvimbela    Umdlavuza Bekungaba Ukuvimbela    Umdlavuza Bekungaba

Ukuvimbela Umdlavuza Bekungaba - PowerPoint Presentation

contessi
contessi . @contessi
Follow
343 views
Uploaded On 2020-06-24

Ukuvimbela Umdlavuza Bekungaba - PPT Presentation

njani ukuba odokotela bebengamemezela isimangaliso sephilisi elisha ebelingavikela abantu abangu 8 kwabayishumi ekuhlaselweni umdlavuza Abantu ID: 786116

ukuthi umdlavuza abantu uma umdlavuza ukuthi uma abantu kodwa ukudla futhi kakhulu noma namhlanje nje izithelo nemifino amaningi lokhu

Share:

Link:

Embed:

Download Presentation from below link

Download The PPT/PDF document "Ukuvimbela Umdlavuza Bekungaba" is the property of its rightful owner. Permission is granted to download and print the materials on this web site for personal, non-commercial use only, and to display it on your personal computer provided you do not modify the materials and that you retain all copyright notices contained in the materials. By downloading content from our website, you accept the terms of this agreement.


Presentation Transcript

Slide1

Ukuvimbela

Umdlavuza

Slide2

Bekungaba

njani

ukuba

odokotela

bebengamemezela

isimangaliso

sephilisi

elisha

ebelingavikela

abantu

abangu

8

kwabayishumi

ekuhlaselweni

umdlavuza

?

Abantu

bebengahamba

amabanga

amade

,

balinde

amahora

amaningi

ukuze

balithole

.

Nokho

,

alikho

iphilisi

elinjalo

,

kodwa

kukhona

okusebenza

njengalo

Slide3

Namhlanje

nizokuzwa

izindaba

ezimnandi

ngomdlavuza

-

ungavimbeleka

Slide4

Umdlavuza

yisigaxa

esimilayo

futhi

esingaqhubeka

nokumila

umuntu

aze

afe

.

Abanye

abantu

abanomdlavuza

bayalulama

,

kodwa

abanye

abasindi

Slide5

Lenkinga

yomdlavuza

ayikho

kwelakithi

kuphela

.

Ikhungethe

abantu

emhlabeni

wonke

Slide6

Izigidi

eziyishumi

zabantu

zihlaselwa

iyona

minyaka

yonke

Slide7

Abangaphezu

kwezigidi

eziyisithupha

abanawo

,

uyobabulala

Slide8

Izinhlobo

zomdlavuza

ezivame

ukubulala

abantu

nazi

:

Owamaphaphu

Owesisu

Owebele

Okapopopo

Owomlomo

Owesibindi

Owesibeletho

Owomminzo

(

ithumbu

elehlisela

ukudla

esiswini

)

Slide9

Kwakukade

kucatshangwa

ukuthi

ayikho

into

engenziwa

ngomdlavuza—ngaphandle

kokuthandazela

ukuthi

ungawutholi

wena

.

Kodwa

namhlanje

siyazi

ukuthi

izinhlobo

eziningi

zibangwa

yindlela

esiphila

ngayo

:

kanjaloke

ungavimbeleka

Slide10

Nazi

izindlela

eziyisithupha

zokuvimbela

umdlavuza

Slide11

Okokuqala

.

Hlukana

nosikilidi

.

Empeleni

ungasebenzisi

noma

yimuphi

ugwayi—nalona

ohlafunwayo

uqobo

Slide12

Kulinganiselwa

ukuthi

oyedwa

kwabathathu

ababulawa

umdlavuza

,

abantu

ababhemayo

.

Ukusebenzisa

ugwayi

kulimaza

umzimba

futhi

kwenze

umdlavuza

omningi

Slide13

Abaningi

benu

bezwile

ukuthi

ukubhema

kwenza

umdlavuza

wamaphaphu

.

Kodwa

bewazi

nje

ukuthi

ukubhema

kungabanga

nomdlavuza

Slide14

womminzo

,

isisu

,

nomphimbo

Slide15

Nesibindi

nenyaka

?

Slide16

Emazweni

amaningi

namhlanje

abathengisa

ngogwayi

bachitha

izimali

ezinkulu

bekhangisa

ukuze

abanye

babheme

.

Bayazi

ukuthi

uma

umuntu

eseke

waqala-nje

akulula

ukuyeka

.

Kodwa

uNkulunkulu

angakusiza

uyeke

Slide17

Zimisele

ukuthi

ungaphambukiswa

yilabo

ababhemayo

;

bangacabanga

ukuthi

kuyinto

enhle

,

kodwa

buka

nje

ukuthi

kulukhuni

kanjani

ukuthola

imali

yalomkhuba

wabo

,

nendlela

abahlupheka

ngayo

uma

sebefuna

ukuyeka

Slide18

Okwesibili

.

Ungaphuzi

utshwala

.

Cishe

oyedwa

ebantwini

abayishumi

abathola

umdlavuza

,

bawuthola

ngoba

bephuza

utshwala

Slide19

Uma

sibubona

ububi

botshwala

ebantwini

nemindeni

yabo

,

esingakusho

kunye

kuphela—ungabulokothi

Slide20

Okwesithathu

.

Gwema

ukushiswa

yilanga

.

Ilanga

liyilungele

imizimba

yethu

futhi

lingasiza

ukuvimbela

umdlavuza

.

Kodwa

liyingozi

uma

kweqiswa

.

Umdlavuza

wesikhumba

uyanda

emhlabeni

Nazi

izindlela

ongazithokozisa

ngazo

ngelanga

kodwa

lingakulimazi

:

Slide21

Nciphisa

isikhathi

uselangeni

,

kakhulu

uma

umhloshana

.

Kuyingozi

ukushiswa

yilanga

.

Khumbula

,

ilanga

liyingozi

kakhulu

emini

bebade

Slide22

Gqoka

isigqoko

nezingubo

ezizovikela

izingalo

nomzimba

.

Isambulela

singasiza

Slide23

Khetha

ukudla

kwakho

ezitshalweni

njengokusanhlamvana

,

izithelo

nemifino

.

Lokhu

kudla

kungasiza

ukuvikela

imizimba

yethu

kumdlavuza

.

Inyama

inamafutha

amabi

amaningi

akhuthaza

umdlavuza

wesikhumba

Slide24

Okwesine

. Uma

kwenzeka

,

gwema

ukusebenzisa

ama

-

hormone.

Ama

-

hormone

ake

anikwe

abasifazane

uma

bengasatholi

abantwana

.

Kodwa

namhlanje

kuyaziwa

ukuthi

imithi

ene

-

estrogen

ingabanga

umdlavuza

webele

nowesibeletho

Slide25

Umdlavuza

webele

uvamile

kwabesifazane

,

futhi

uyingozi

.

Ukwelashwa

kwawo

ngempumelelo

kwencike

ekubonakaleni

kwawo

usaqala

,

kutholakale

usizo

lukadokotela

ngokushesha

.

Kudingeka

ukuhlinzwa

,

kanti

abesimame

abahlinzwa

kusenesikhathi

bayawunqoba

baphile

impilo

eyejwayelekile

futhi

Slide26

Nazi

izinkomba

ezibalulekile

zomdlavuza

webele

:

Slide27

Isigaxa

ebeleni

,

kakhulu

uma

sisesisha

noma

sikhula

Slide28

Ukuba

khona

kwesifaca

Slide29

Amaqhubu

angebuhlungu

,

akhula

emakhwapheni

Slide30

Okwesihlanu

.

Nyakazisa

umzimba

njalo

.

Abantu

abasebenza

behlezi

ubahlasela

kakhulu

umdlavuza

.

Sidinga

ukunyakazisa

umzimba

zonke

izinsuku

.

Lokhu

kuhlanganisa

ukuhamba

,

ingadi

,

ukukha

amanzi

emfuleni

nokugijima

Slide31

Zama

ukuzivocavoca

imizuzu

engu

30

zonke

izinsuku

Slide32

Okwesithupha

.

Yidla

ngendlela

enhle

.

Kubalulekile

lokhu

.

Umdlavuza

omningi

ungavimbeleka

uma

sidla

ngendlela

efanele

.

Slide33

Imvamisa

yokudla

kwakho

akube

yizitshalo

.

Lokhu

kusho

okusanhlamvu

,

izithelo

,

imifino

namakinati

.

Slide34

Izithelo

nemifino

kuvikela

umzimba

kumdlavuza

.

Ikakhulu

imifino

enombala

oluhlaza

nophuzi

,

ama

-soya beans,

nabanye

obhontshisi

kanye

nokufana

neklabishi

.

Slide35

Namhlanje

emadolobheni

amaningi

sithola

izinhlobo

ezintsha

zokudla

ezingefani

nokomdabu

.

Okuningi

kwalokudla

kubukeka

kumnandi

futhi

kuthengiswa

ezakhiweni

zesimanje

.

Kodwa

okuningi

,

kugcwele

amafutha

,

lawo

uqobo

okwaziwayo

ukuthi

akhuthaza

umdlavuza

walokhu

Slide36

Kapopopo

Isitho

sabesilisa

Isibeletho

Ibele

Slide37

Ukudla

inyama

sekuyabonakala

manje

ukuthi

kukhulisa

amathuba

okuthola

umdlavuza

kapopopo

nesitho

sabesilisa

Slide38

Abantu

abadla

kakhulu

izithelo

,

okusanhlamvu

nemifino

yibona

abanomdlavuza

omncane

isigamu

sowalabo

abadla

inyama

njalo

,

badle

izithelo

nemifino

kancane

Slide39

Bewazi-nje

ukuthi

abantu

abanesisindo

esiphezulu

banamathuba

amakhulu

okuthola

umdlavuza

?

Njalo

nje

uma

abantu

bethuthela

emadolobheni

baqale

ukudla

ezindaweni

zokudla

okusheshayo

noma

badle

kakhulu

ukudla

okucolisekile

,

bangawunyakazisi

nomzimba

,

bavama

ukukhuluphala

.

Ukudla

kwempilo

okuyizitshalo

kanye

nokuzivocavoca

kuzosiza

ukugwema

lenkinga

.

Slide40

Khumbula

,

ikhambi

elingcono

lomdlavuza

ukuwuvimbela

!

Kodwa

ukuwubona

usaqala

nokwelashwa

kwawo

kubalulekile

futhi

kungasiza

ukuwunqoba

.

Ngakhoke

uma

ukwazi

,

qiniseka

ukuba

nesabelo

ekuhlolweni

ufunde

nangezimpawu

eziyisikhombisa

ezikhomba

ingozi

yomdlavuza

.

Slide41

3.

Ukopha

kakhulu

noma

ubomvu

Slide42

1.

Inguquko

ekusebenzeni

kwesisu

nesinye

Slide43

2.

Isilonda

esingapholi

Slide44

4.

Iqhubu

ebeleni

noma

kwenye

indawo

Slide45

5.

Ukuqunjelwa

nobuhlungu

uma

ugwinya

ukudla

Slide46

6.

Ushintsho

olubabazekayo

lweqhubu

Slide47

7.

Ukukhwehlela

okunenkani

nokusha

kwezwi

Slide48

Yini

ungathokozeli

ukuthula

kokwazi

ukuthi

wenze

konke

okusemandleni

akho

ukunika

umndeni

wakho

ukuvikeleka

ongawunika

kona

kulesifo

esesabekayo

?

Slide49

Emakhulwini

eminyaka

eyedlule

,

uNkulunkulu

wafundisa

isizwe

sikaIsrayeli

indlela

yokuvimbela

izifo

.

Kwakwencike

ekulandeleni

indlela

yokudla

ngokwempilo

nokuphila

kanjalo

.

Wathi

:

Slide50

Uma

ulalela

nokulalela

izwi

likaJehova

uNkulunkulu

wakho

,

ukwenze

okulungile

emehlweni

akhe

,

ulalele

imiyalo

yakhe

,

ugcine

izimiso

zakhe

zonke

,”

Slide51

Angiyikubeka

phezu

kwakho

nasinye

salezo

zifo

engizibeke

phezu

kwabaseGibithe

,

ngokuba

nginguJehova

okuphilisayo

.”

Eksodusi

15:26

Slide52

UNkulunkulu

akakaze

ahlose

ukuthi

abantu

bathole

umdlavuza

.

Manje

siyazi

ukuthi

uma

siphila

ngendlela

efanele

, sidle

nokudla

okunomsoco

singawugwema

umdlavuza

,

siphile

impilo

enhle

nethokozisayo

Slide53

WHO, World Health Report 1997 - executive summary - Conquering suffering, enriching humanity; by Website:http://www.who.int/whr/1997/exsum97e.htm

2 WHO, Ibid.

3

Schatzkin

A,

etal

. N

Engl

J Med 1987 May 7;316(19):1169-1173.

4 Werner, D

. Where There Is No doctor, The Hesperian Foundation, 1999 p. 279

5 Neil

Nedley

, Proof Positive 1999, p.44

6 ACS, Cancer Facts & Figures 1999, p.29

7 Ibid.

8 Ibid.

9 Ibid.

10

American Cancer Society, Seven Warning

Signals of Cancer

Related Contents


Next Show more