ngesifo esesatshwayo okuthiwa yi NGCULAZI Ingculazi Isifo Esesatshwayo Ingculazi yisifo esithathelana sisuka komunye siye komunye Sibangwa yigciwane ID: 809475
Download The PPT/PDF document "Namhlanje sizokhuluma" is the property of its rightful owner. Permission is granted to download and print the materials on this web site for personal, non-commercial use only, and to display it on your personal computer provided you do not modify the materials and that you retain all copyright notices contained in the materials. By downloading content from our website, you accept the terms of this agreement.
Slide1
Namhlanje
sizokhuluma ngesifo esesatshwayo okuthiwa yiNGCULAZI.
Ingculazi
:
Isifo
Esesatshwayo
Slide2Ingculazi
yisifo
esithathelana
sisuka
komunye
siye
komunye
.
Sibangwa
yigciwane
okuthiwa
yi
HIV.
©Malcolm
Linton
3
Slide3Alikho
ikhambi
lengculazi
,
kodwa
izindaba
ezimnandi
ukuthi
cishe
wonke
umuntu
angayigwema
.
©Advent Digital Media; ©Malcolm Linton;
©WHO/TDR
4
Slide4Ingculazi
manje
isitholakala
kuwo
wonke
amazwe
omhlaba
.
Cishe
zonke
izinsuku
ungezwa
ezindabeni
ngesibalo
sabantu
ababulawa
iyona
.
Slide5Ngokusho
kwe
World Health Organization,
ekupheleni
komnyaka
u 2000,
emhlabeni
wonke
kwakukhona
cishe
abantu
abayizigidi
ezingu
40
abanegciwane
elenza
lesi
sifo
.
©Corel
6
Slide6Sekufe
ngaphezu
kwezigidi
ezingu
20
ngenxa
yengculazi
kusukela
ekuveleni
kwayo
kokuqala
ngeminyaka
yawo
1970.
Lesibalo
singaphezu
kwalabo
abafa
kuzo
zonke
izimpi
kusukela
ngaleso
sikhathi
.
Slide7Iningi
labantu
abaphila
nalesifo
base
Afrika
nase
Asia,
kodwa
…
©
Photodisc
8
Slide8…
lesifo
siyatholakala
nasemazweni
acebile
kuyo
yonke
iYurophu
nase
Melika
©
Panorama Productions;
©
Andreas Neumann
9
Slide9Izintandane
Yenzani
emzimbeni
ingculazi
?
Ingculazi
ishabalalisa
amandla
omzimba
okuzigcina
uphilile
Yenzani
Emzimbeni
?
Slide11Bonke
abantu
bake
bahlaselwe
yizifo
ezejwayelekile
njengomkhuhlane
nohudo
izikhathi
ngezikhathi
.
Wake
wazibuza
ukuthi
kwenzeka
kanjani
ukuthi
izikhathi
eziningi
siyelulama
kulezifo
noma
singadlanga
muthi
?
Slide12Lokhu
kwenzeka
ngoba
umzimba
unezindlela
zokulwa
nezifo
.
Enye
yazo
ukusebenzisa
izicubu
ezimhlophe
egazini
(
umkantsha
)
ezibulala
amagciwane
Umkantsha
omhlophe
Slide13Kodwa
uma
igciwane
lengculazi
(
iHIV
)
lingena
emzimbeni
,
kancane
kancane
libulala
lezicubu
ezimhlophe
ezisivikelayo
Igciwane
lengculazi
Slide14Ekuqaleni
abantu
abanaleligciwane
emizimbeni
yabo
bazizwa
bephile
kahle
,
futhi
abaningi
abazi
nokwazi
ukuthi
banalo
.
Lokhu
kuyingozi
kakhulu
ngoba
bangalidlulisela
kwabanye
uma
belala
nabo
Slide15Kancane
kancane
,
umuntu
aqale
ukugula
njalo
,
ephathwa
nayizifo
ezincane
njengohudo
nendlebe
Slide16Ukuhlaselwa
yizifo
ezinjenge
TB
nenyumoniya
kujwayelekile
kubantu
abanengculazi
Ukungenwa
amagciwane
Slide17Ekuhambeni
kwesikhathi
lezifo
ziyandlondlobala
.
Nomuthi
onamandla
awukwazi
ukuzelapha
;
afe
kanjalo
umuntu
Slide18Okubuhlungu
ukuthi
noma
ubani
onegciwane
lengculazi
lizomgulisa
,
ekugcineni
afe
Slide19Ibhebhetheka
kanjani
ingculazi
isuka
komunye
umuntu
iye
komunye
?
Slide20Ukulala
nomuntu
onegciwane
.
Abantu
abaningi
abanegciwane
lengculazi
balithola
ngokulala
nomuntu
onalo
,
yize
noma
wayebukeka
ephile
saka
.
Zikhona
nezinye
izindlela
umuntu
angathola
ngazo
lesifo
. Nazi:
Ukulalana
Ukusebenzisa
inaliti
eyodwa
yokujova
nomuntu
onegciwane
Inaliti
eyodwa
Slide22Ukuthekelwa
kwegazi
eliphuma
kumuntu
onengculazi
Igazi
Umama
onengculazi
angayithelela
ingane
yakhe
engakazalwa
Slide24Ingculazi
ayithathelani
ngalezindlela
:
Ayithathelani
ngalokhu
:
Slide25Ayithathelani
Ngokuxhawulana
Ayithathelani
Ngokudla
Ayithathelani
Ngokudlala
noma
ukuhlala
ndawonye
Slide28Ukudla
Amanzi
Isihlalo
sasendlini
encane
,
noma
Izinambuzane
Singabona
kanjani
ukuthi
umuntu
unengculazi
?
Slide33Ngenxa
yokuthi seyandile emhlabeni, sidinga ukusola ingculazi
lapho umuntu esejwayelwa
ukugula
njalo
,
futhi
enezimbili
kulezinkinga
ezilandelayo
:
Izinkomba
zayo
Slide34Uma
elokhu
eshona
phansi
ngesisindo
Slide35Uhudo
olumbambe
isikhathi
eside
,
noma
Slide36Enomkhuhlane
isikhathi
esingaphezu
kwenyanga
.
Futhi
angase
:
Slide37Abe
nokukhwehlela
okubi
okuhlala
isikhathi
eside
(
ngaphezu
kwenyanga
)
Ukukhwehlela
okubi
Slide38Isilonda
esifana
negwebu
emlonyeni
Slide39Ukuvuvuka
kwezindlala
Ngaphandle
kwalezinkomba
,
bangase
babe:
Izindlala
Ukuqubuka
namashashazi angebuhlungu esikhumbeni
Ukuqubuka
namashashazi
Slide41Amaqhubu
noma
izilonda
ezivela
njalo
zingapholi
noma
zelashwa
,
kakhulu
ngasezithweni
zangasese
Amaqhubu
noma
Izilonda
Slide42Ukuhlala
ubhocobele
Slide43I-TB
nokhwekhwe
lwamabhamuza
Slide44Izingane
zona
ke
?
Slide45Uma
owesifazane
onegciwane
lengculazi
egazini
(HIV)
ekhulelwa
abe
nomntwana
,
lowomntwana
angase
alithole
igciwane
aguliswe
yingculazi
.
Izikhathi
eziningi
igciwane
lingena
enganeni
esesesibelethweni
noma
ngesikhathi
ezalwa
Slide46Njengakubantu
abadala
,
abantwana
abanengculazi
abaguli
ngaleso
sikhathi
.
Bangaphila
umnyaka
noma
emibili
bengenayo
ingculazi
kodwa
uma
sebefinyelela
eminyakeni
emine
,
kuqale
kubonakale
ukugula
Slide47Izingane
eziningi
ezinengculazi
azikhuli
kahle
.
Njengakubantu
abadala
,
sifanele
sisole
ingculazi
enganeni
ehlale
iguliswa
yizifo
esizibalile
ngaphambili
Slide48Nomaphi
lapho
kusolakala
khona
ingculazi
,
kwabadala
noma
ezinganeni
,
akuhlolwe
igazi
ukuze
kube
khona
ukuqiniseka
Slide49Liyini
ikhambi
lengculazi
?
Slide50Alikabikho
ikhambi
lengculazi
,
kodwa
ngenxa
yokuthi
abantu
abanayo
bakuthola
kunzima
ukulwa
amagciwane
,
badinga
ukwelashelwa
lawo
magciwane
.
Njengesibonelo
,
kusho
ukuthi
uma
umuntu
eneTB
akelashelwe
yona
,
uma
enohudo
,
akelashelwe
lona
.
Slide51Kwamanye
amazwe
kunemithi
engasiza
umzimba
ukuba
uqine
,
ulwe
namagciwane
.
Nokho
,
lemithi
ayiyelaphi
ingculazi
.
Ngaphandle
kwalokho
,
lemithi
ingamenza
buthakathaka
kakhulu
umuntu
,
iyabiza
,
futhi
akusiye
noma
ubani
ongafinyelela
kuyona
Slide52Ekuhambeni
kwesikhathi
igciwane
linqoba
umzimba
ngisho
welashwa
,
kanjaloke
umuntu
afe
Slide53Akukwazeki
ukusho
ukuthi
umuntu
onengculazi
uzophila
isikhathi
eside
kangakanani
.
Kungaba
phakathi
kwezinyanga
neminyaka
.
Umzimba
ungalekelelwa
ukuthi
ube
namandla
ulwe
kalula
negciwane
.
Lokho
kungamsiza
umuntu
aphile
isikhathi
eside
futhi
ephila
kangconywana
Slide54Yidla
kahle
Slide55Nyakazisa
umzimba
Slide56Thola
ubuthonga
amahora
angu
7-8
Slide57Phuza
izingilazi zamanzi ezingu 8 kuye ku 10 ngosuku
. Abahlala emazweni ashisayo,
badinga
okungaphezu
kwalokhu
Izingilazi
zamanzi
8-10
ngosuku
Slide58Shiya
phansi
ugwayi
notshwala
Slide59Thola
usizo
masinyane
kunompilo
uma
uhlaselwa
amagciwane
Njengoba
lingekho
ikhambi
lengculazi
,
sidinga
ukwenza
konke
okusemandleni
ukulivimbela
. Nazi
ezinye
zezinto
ezingenziwa
ukugwema
lesifo
:
Ukuyigwema
Iya
ocansini
kuphela
nomuntu
wakho
othembekile
Slide62Sebenzisa
ikhondomu
uma
wena
noma
umuntu
wakho
nake
nalala
nabanye
abantu
.
Khuluma
nabazempilo
ucele
ukuhlolwa
igazi
wena
nomuntu
wakho
Slide63Khumbula
!
Indlela
kaNkulunkulu
ethi
indoda
eyodwa
ayibe
nenkosikazi
eyodwa
,
iyona
kuphela
elungile
.
Okunye
kuzoqeda
injabulo
yakho
neyabanye
,
kuholele
ekuhluphekeni
okuningi
nokufa
ngaphambi
kwesikhathi
Slide64Ungajovi
ungenaso
isiqiniseko
sokuthi
inaliti
ibilisiwe
noma
intsha
Sebenzisa
izinaliti
ezingenamagciwane
Slide65Qiniseka
ukuthi
okusebenzisela
ukusoka
,
ukubhoboza
izindlebe
nokwelapha
ngezinaliti
,
kubilisiwe
noma
kusha
Sebenzisa
entsha
noma
ebilisiwe
Slide66Gwema
ukuthekelisa
ngegazi
ngaphandle
uma
kudingeke
ngempela
Slide67Fundisa
abanye
ngengculazi
.
Sidinga
ukubona
ukuthi
ingculazi
into
yangempela
,
nokuthi
ibanga
ukuhlukumezeka
okukhulu
emzimbeni
nasemphefumulweni
Slide68Izigidi
zabantu
manje
zibhekene
nokufa
ngenxa
yengculazi
.
Badinga
ukwazi
ukuthi
uNkulunkulu
angabaxolela
noma
yini
ababeyenzile
baze
bathole
lesifo
.
Abanye
abaningi
bayahlukumezeka
kodwa
bemsulwa
,
bengenzanga
lutho
olubi
.
Badinga
ukwazi
ngecebo
likaNkulunkulu
lomhlaba
ongcono
beNaye
ezweni
asilungisela
lona
.
Ebhayibhelini
sifunda
lokhu
:
Slide69“
Ngokuba
umusa
kaNkulunkulu
wokusindisa
ubonakalisiwe
kubantu
bonke
…
Slide70…
Uyasifundisa
ukuba
sidele
ukungakholwa
nezinkanuko
zezwe
,
sihambe
ngokuqonda
,
nangokulunga
,
nangokumesaba
uNkulunkulu
kulesi
sikhathi
samanje
.
Slide71…
sibheke
ithemba
elibusisiweyo
nokuvela
kwenkazimulo
kaNkulunkulu
omkhulu
noMsindisi
wethu
uJesu
Kristu
…”
Thithu
2:11-13
Slide72AIDS epidemic update – December 2000. World Health Organization/UNAIDS, Geneva. 2 AIDS epidemic update – December 2000. World Health Organization/UNAIDS, Geneva. 3 Werner, D
. Where There Is No doctor, The Hesperian Foundation, 1999 p.399 4 Werner, D. Where There Is No doctor, The Hesperian Foundation, 1999 p.400 5 Approximately 85% of children with HIV are infected before or during birth. 6 Heese, H.de V. Handbook of Paediatrics, Oxford- Southern Africa, Cape Town, 1997 p.258.The virus can also be passed on through breast milk. In countries where mothers can easily bottle feed
their babies and where hygiene is good, mothers with HIV may be advised not to breastfeed their babies.If hygienic conditions are not suitable for bottle feeding and children are at higher risk of getting diseasessuch as gastroenteritis, the risks of not breastfeeding are greater than getting AIDS/HIV and mothers with
HIV may be advised to breastfeed their babies. 7
Heese
, H.de V.
Handbook of
Paediatrics
, Oxford- Southern Africa, Cape Town, 1997 p.258