Kulinganiselwa ezigidini ezingu 150 zabantu abanoshukela emhlabeni kanti isibalo sikhula nsuku zonke Okumnandi wukuthi kuningi ongakwenza ID: 791350
Download The PPT/PDF document "Bangaki abantu abanoshukela" is the property of its rightful owner. Permission is granted to download and print the materials on this web site for personal, non-commercial use only, and to display it on your personal computer provided you do not modify the materials and that you retain all copyright notices contained in the materials. By downloading content from our website, you accept the terms of this agreement.
Slide1
Slide2Slide3Slide4Bangaki
abantu
abanoshukela
?
Slide5Kulinganiselwa
ezigidini
ezingu
150
zabantu
abanoshukela
emhlabeni
,
kanti
isibalo
sikhula
nsuku
zonke
.
Okumnandi
wukuthi
kuningi
ongakwenza
ukuvimbela
lesifo
,
nokusinqoba
imbala
Slide6Siyini
isifo
sikashukela
?
Slide7Ezinye
izinhlobo
zokudla
zenza
sikhule
,
ezinye
zisinika
amandla
Slide8Njengezimoto
nezithuthuthu
,
abantu
badinga
amandla
ukuze
basebenze
.
Kodwa
awethu
amandla
atholakala
ekudleni, hhayi kuphethiloli
Slide9Yikuphi
ukudla
kwamandla
okwaziyo
?
Slide10Lokhu
kudla
kwamandla
kuyaguqulwa
emzimbeni
kube
yinto
esashukela
okuthiwa
yi
-
glucose
Slide11I-glucose
ingena
egazini
inike
umzimba
amandla
.
Igazi
liba
sashukela
ngemuva
kokuthi
sidle
lokhu kudla
Slide12Wonke
amalunga
omzimba
adinga
amandla
.
Ngokusetshenziswa
kwamandla
,
kuyancipha
ubushukela
egazini
kubuyele
esimweni esejwayelekile lingakapheli
ihora
noma
amabili
Slide13Kwenzekani
ebantwini
abanoshukela
?
Slide14Ukuba
negazi
elisashukela
isikhathi
eside
kulimaza
umzimba
Slide15/
Inhliziyo
/
Amehlo
Imizwa
nokugeleza
kwegazi
Slide18/
Izinso
/
Ubuchopho
Ekuqaleni
abaningi
abanoshukela
egazini
bazizwa
bephila
kahle
.
Umzimba
ungagula
kodwa
umuntu
engazi
Slide21Zingakhona
izibonakaliso
uma
umuntu
enoshukela
isikhathi
eside
egazini
. Nazi
ezinye
:
Slide22Ukuchama
kakhulu
Slide23Ukuhlala
womile
noma
ulambile
Slide24Ukungaboni
kahle
Slide25Ukulahlekelwa
yimizwa
ezandleni
noma
ezinyaweni
Slide26Izilonda
zephuza
ukuphola
Slide27Ukwejwayelwa
yizinkinga
zesikhumba
Ungazi
kanjani
ukuthi
unoshukela
?
Slide28Ungahlolwa
igazi
ukuze
wazi
.
Unompilo
uhlola
ushukela
egazini
.
Abantu
abakhulu
ngomzimba
nabanezihlobo ezinoshukela, abahlolwe
igazi
Slide29Enye
indlela
yokuthola
ulwazi
,
ukuhlola
ukuthi
umchamo
unoshukela
kangakanani
.
Kwenziwa
kalula
ekliniki lokhu
Slide30Sibangelwa
Yini
Isifo
Sikashukela
?
Slide31Zimbili
izinhlobo
zalesifo
.
Olulodwa
luhlasela
kakhulu
abantu
abasha
,
nezingane
ezincane
.
Akekho
owazi isizathu salokhu
.
Esinye
isizathu
wukuncelisa
abantwana
ubisi
lwenkomo
besebancane
kakhulu
.
Abantwana
abancele
konina
isikhathi
eside
ngokungenzeka
Slide32Olunye
uhlobo
lwalesifo
luhlasela
asebekhulile
.
Yilona
olwejwayelekile
Slide33Odokotela
bathi
cishe
wonke
umuntu
onalolu
hlobo
,
uluthola
ngenxa
yendlela
aphila
ngayo! Esikudlayo noma
esikuphuzayo
.
Ukuthi
sisebenza
siphumule
kancane
kangakanani
,
kungasibangela
lesifo
Slide34Nazi
izibonelo
zezinto
ezenziwa
abantu
ezingababangela
loluhlobo
lukashukela
:
Slide35Isisindo
esiphezulu
Slide36Ukudla
kakhulu
amafutha
Slide37Ukunganyakazisi
umzimba
Slide38Likhona
yini
ikhambi
lesifo
sikashukela
?
Slide39Yebo
!
Isifo
sikashukela
singelapheka
Slide40Uhlobo
lokuqala
lwesifo
oluhlasela
kakhulu
abantu
abasha
ludinga
umuthi
okuthiwa
yi
-insulin. Wonke umuntu
onaloluhlobo
udinga
lomuthi
impilo
yakhe
yonke
.
i
-
insulin
izosiza
ukuthi
igazi
lingabi
noshukela
omningi
Slide41Uhlobo
lwesibili
oluhlasela
kakhulu
abantu
abadala
luvame
ukwelashwa
ngomuthi
,
kodwa
imvamisa
akudingekile. Abaningi bangaselapha
lesifo
ngokudla
ngendlela
efanele
nokunyakazisa
umzimba
Slide42Wonke
umuntu
onesifo
sikashukela
akafunde
ukudla
ngendlela
efanele
.
Ukudla
okuhle
kuzosiza
kuzo zombili izinhlobo
zesifo
sikashukela
Slide43Yikuphi
ukudla
okuhle
?
Abantu
abaningi
bacabanga
ukuthi
inyama
eningi
nenhlanzi
yikona
kona. Akunjalo.
Slide44Futhi
abaningi
bakholwa
wukuthi
ukudla
okwenziwe
ngofulawa
ocolisekile
njengesinkwa
esimhlophe
noma
impuphu ecolisekile kungcono. Akunjalo! Okusanhlamvana okungagayiwe kungcono kakhulu kunokucolisekile. Njengoba ukudla isithelo kungcono kunesiphuzo esenziwe ngezithelo!
Slide45UNkulunkulu
wasenzela
ukudla
okuhle
kakhulu
Slide46Irayisi
elinsundu
lingcono
kakhulu
kunelimhlophe
Slide47Abantu
abanoshukela
mabangadli
kakhulu
u
kudla
okunamandla
amaningi
njengamazambane
,
ubhatata
,
irayisi
,
izithelo noma isinkwa
ngesidlo
esisodwa
.
Igazi
lingagcwala
ushukela
noma
ukudla
kungezwakali
kunoshukela
!
Slide48Nasi
isibonelo
:
Khetha
okukodwa
okwamandla
,
njengamazambane
Slide49Futhi
yidla
imifino
,
nokufana
nobhontshisi
noma
amakinati
kanye
nayo
Slide50Abantu
abanoshukela
abazijwayeze
ukunyakazisa
umzimba
.
Imisipha
isebenzisa
amandla
asegazini
,
kanjalo
ke
igazi ngeke ligcwale
ushukela
Slide51Ukusebenza
ensimini
noma
ukukha
amanzi
emfuleni
,
ukuhambahamba
noma
ukugibela
ibhayisikili
kuhle
Slide52Abantu
abaningi
benza
imisebenzi
engadingi
izikhwepha
.
Bahlala
phansi
inxenye
enkulu
yosuku
Slide53Badinga
ukuzama
ukuya
emsebenzini
ngezinyawo
noma
bahambahambe
okungenani
isigamu
sehora
zonke
izinsuku
Slide54Yini
esingayenza
ukuvimbela
isifo
sikashukela
?
Slide55Abantu
bavame
ukucabanga
ukuthi
ukuze
bagweme
lesifo
badinga
kuphela
ukuyeka
amaswidi
noshukela. Kungasiza lokho
,
kodwa
sidinga
ukwenza
okuningi
.
Ngamafushane
,
nanka
amanye
amacebo
:
Slide56Uma
umkhulu
,
nciphisa
isisindo
.
Sidinga
ukudla
ngendlela
,
sibukeke
kahle
,
kodwa
abantu
abakhulu bavame ukuguliswa
ushukela
nezinye
izifo
ezimbi
Slide57Yidla
ngendlela
yempilo
!
Yidla
imifino
nezithelo
,
amakinati
nobhontshisi
ngokwanele
.
Udle
kancane
inyama nenhlanzi uma
kudingekile
Slide583.
Nciphisa
ukudla
amafutha
,
ikakhulu
awezilwane
.
Awakulungele
neze
Slide594.
Nyakazisa
umzimba
.
Sebenzisa
imisipha
.
Lokhu
kuzokusiza
uhlale
uphilile
Slide60UNkulunkulu
wasinika
iziyalo
ezilula
eBhayibhelini
ezingasisiza
sibe
nempilo
engcono
kakhulu
Slide61“
Ngokuba
nathengwa
ngenani
elikhulu
.
Ngakhoke
mbongeni
uNkulunkulu
emzimbeni
wenu
.” 1
Korinte
6:20
Slide62Adapted from “Where There Is No Doctor’, David Werner, The Hesperian Foundation, 1999
1 Diabetes News. World Health organization. Geneva. May 2001
Web Site: http://www.who.int/ncd/dia/dia_news.htm